This page contains Izinkondlo Zesizulu Grade 12 Guide (Zulu Poetry) pdf for learners.
Lo mqulu uzokulekelela ukuba wenze kangcono ekuphenduleni imibuzo eqondene nezinkondlo. Ngakho-ke kubalulekile ukuba ungagcini nje ngokufunda lo mqulu kuphela. Kumele uqale ngokufunda zonke izinkondlo ezimiselwe zebanga le-12 ukuze lo mqulu uzokusiza ekuziqondeni kangcono.
- Funda zonke izinkondlo ezimiselwe eziyi- 12. Hluza inkondlo ngayinye ukuze uzoyiqondisisa kangcono.
- Phendula imibuzo etholakala ekugcineni kwenkondlo ngenkondlo ozoyifunda.
- Fundisisa amasu obunkondlo atholakala esahlukweni sokuqala.
- Fundisisa indlela okubuzwa ngayo imibuzo emide ozoyithola emva kokufunda inkondlo ngayinye.
- Fundisisa indlela okubuzwa ngayo imibuzo emfushane ozoyithola emva kokufunda inkondlo ngayinye.
- Emva kokubuka izibonelo zemibuzo emfushane nemide, zivivinye ngemibuzo ozoyithola esahlukweni sokugcina salo mqulu.
PDF Izinkondlo Zesizulu Grade 12 Guide
Download pdf Guide for learners:
IsiZulu-Poetry-UJU-LWEZINKONDLO.pdf
Download