Ukubhala Idayari: Isibonelo

Ukubhala Idayari: Isibonelo: Idayari incwajana lapho uqopha izigameko eziphathelene nempilo yakhe, izinto ezibalulekile ofisa ukuzikhumbula, nokunye.

Amanothi:

Indlela obhala ngayo idayari ngesiZulu ihlukile kunale okubhala ngayo eyesiNgisi. Ubhala izinto ezisemqoka ezenzeke ngosuku.

Nakhu okulindelekile uma ubhala idayari:

  • Bhala umuhla nosuku phezulu
  • Bhala ngolimi lomuntu okhulumayo.
  • Bhala ngenkathi ehambisane nomyalelo
  • Bhala izigaba ezimfishane.
  • Sebenzisaa ulimi olukhululekile. (Amagama awabe inani elifanele)

Isibonelo sedayari

  • Amalungiselelo okubhala idayari:
  • Isihloko
  • Hlela izinsuku Kanye nemihla ozogxila kuyo.
  • Hlela okwenzeka osukwini ngalunye.
  • Okwenzekayo makuhleleke ngalezi zigaba:
    • Isingeniso
    • Umzimba
    • Isiphetho

Isikole sikaLuthando ngesonto elidlule besiye ekhempini izinsuku ezintathu kusukela ngoLwesihlanu kuze kube yiSonto. Buka idayari yakhe ayenzile:



Looking for something specific?