Skip to content Skip to sidebar Skip to footer

Tag: ZL Gr12 Wrt

Incwadi yobungani

Isibonelo sokubhala incwadi yobungani Isizulu Grade 10 -12

Isibonelo sokubhala incwadi yobungani Isizulu Grade 10 -12: Isibonelo sokubhala incwadi yobungani Incwadi yobungani iba nekheli lalowo oyibhalayo, nosuku olubhalwe ngokugcwele. Akusetshenziswe igama lenyanga lesiZulu noma lesiNgisi elibhalwe ngokwesiZulu. Kusetshenziswa isibingelelo sobungani; ungambiza ngegama noma umthophe ngesithakazelo. Le ncwadi iba nesingeniso umzimba kanye nesiphetho. Njengoba kuyincwadi yobungani, oyibhalayo uyibhala ngolimi olukhululekile. Yize ibhalwa ngolimi…

Read More

Isibonelo sencwadi yomsebenzi

Isibonelo sencwadi yomsebenzi/ Yasemthethweni/ Yakomkhulu

Isibonelo sencwadi yomsebenzi/ Yasemthethweni/ Yakomkhulu IsiZulu Grade 10 - 12 Lena incwadi ebhalelwa izinhloso ezahlukene, okungaba ukucela umsebenzi, ukucela isikhala sokufunda, eyokubasela isikweletu, eya kwabezindaba njl. Qaphela lokhu uma ubhala le ncwadi: Namathela ezidingweni zalolo hlobo lwencwadi. Sebenzisa ulimi oluqondile nolulula ukuze izethameli ezihlosiwe zizokuqonda okushiwoyo, khona zizophendula uma kudingeka. Sebenzisa irejista yolimi efanele. Hlukanisa…

Read More

i-athikili yephephandaba IsiZulu Grade 10 - 12 (Guide and Examples)

i-athikili yephephandaba IsiZulu Grade 10 – 12 (Guide and Examples)

i-athikili yephephandaba IsiZulu Grade 10 - 12 (Guide and Examples) Indatshana yephephandaba /yephephabhuku. I-athikhili yephaphabhuku iyindlela yokuletha ulwazi, inguquko, imininingwane ethile mayelana nalokho ofisa ukukwedlulisa noma ofuna ukukukhangisa. Uma ubhala i-athikhili sebenzisa ifonti ehlukahlukene, imibala ehlukahlukene egqamile. Le midwebo igqugquzela ukuthengisa umqondo othize. Ungabhalwa ngamagama athize okunezelela okushiwo yizithombe. Amanye amaphephandaba aphuma nsuku zonke, kanti…

Read More