Isibonelo sencwadi yomsebenzi/ Yasemthethweni/ Yakomkhulu

Incwadi Yomsebenzi/ Yasemthethweni/ Yakomkhulu IsiZulu Grade 10 - 12

Isibonelo sencwadi yomsebenzi/ Yasemthethweni/ Yakomkhulu IsiZulu Grade 10 – 12 Lena incwadi ebhalelwa izinhloso ezahlukene, okungaba ukucela umsebenzi, ukucela isikhala sokufunda, eyokubasela isikweletu, eya kwabezindaba njl. Qaphela lokhu uma ubhala le ncwadi: Namathela ezidingweni zalolo hlobo lwencwadi. Sebenzisa ulimi oluqondile nolulula ukuze izethameli ezihlosiwe zizokuqonda okushiwoyo, khona zizophendula uma kudingeka. Sebenzisa irejista yolimi efanele. Hlukanisa … Read more

Ukubhala Umbiko (Iriphothi) – Isibonelo sombiko

Ukubhala Umbiko (Iriphothi) - Isibonelo sombiko

Ukubhala Umbiko (Iriphothi) – Isibonelo sombiko Okulindelekile uma kubhalwa umbiko: Isihloko (siveze ukuthi kumayelana nani) Umbiko kumele ucace ukuthi uya kubani. Usuku Isikhathi Indawo Sebenzisa ulimi oluzwakalayo Chaza isigameko esenzekile. Veza imininingwane yakho Sayina umbiko. Bhala ngenkathi efanele. Amagama awabe inani elifanele. Isibonelo sokubhala umbiko (iriphothi): Umyalelo:Abafundi abavela ezikoleni ezahlukene bebebuka umdlalo wencwadi abayifundayo ehholo … Read more

i-athikili yephephandaba IsiZulu Grade 10 – 12 (Guide and Examples)

i-athikili yephephandaba IsiZulu Grade 10 - 12 (Guide and Examples)

i-athikili yephephandaba IsiZulu Grade 10 – 12 (Guide and Examples) Indatshana yephephandaba /yephephabhuku. I-athikhili yephaphabhuku iyindlela yokuletha ulwazi, inguquko, imininingwane ethile mayelana nalokho ofisa ukukwedlulisa noma ofuna ukukukhangisa. Uma ubhala i-athikhili sebenzisa ifonti ehlukahlukene, imibala ehlukahlukene egqamile. Le midwebo igqugquzela ukuthengisa umqondo othize. Ungabhalwa ngamagama athize okunezelela okushiwo yizithombe. Amanye amaphephandaba aphuma nsuku zonke, kanti … Read more

Bengithi Lizokuna Grade 12 Novel Questions and Answers

Bengithi Lizokuna Questions and Answers

Bengithi Lizokuna Grade 12 Novel Questions and Answers: Long Question: Umbuzo Omude 25 Marks Xoxa ngempumelelo yombhali ekusebenziseni udweshu ukukhulisa indaba yakhe kule noveli ethi: Bengithi Lizokuna. Impendulo yakho mayibe ubude obuphakathi kwamagama angama-340 kuya kwangama-390. Ulindeleke ukuba uphendule lo mbuzo njenge-eseyi. Impendulo mayibhekiswe kulokhu okulandelayo:• Ukuchaza udweshu nezinhlobo zalo.• Ukuphendula umbuzo ngokucaphuna noI kwesekela … Read more

IsiZulu HL Grade 12 June 2022 Past Question Papers and Memorandum pdf download

IsiZulu HL Grade 12 June 2022 Question Papers and Memorandum pdf download

On this page, you will find the IsiZulu HL Grade 12 June 2022 Question Papers and Memorandum pdf download: Paper 1, Paper 2, and Paper 3 The Matric June exams are a pivotal time for Grade 12 learners in South Africa. These mid-year examinations serve as an essential barometer for both students and teachers to … Read more

Impi Yabomdabu Isethunjini Novel Guide Download

Impi Yabomdabu Isethunjini Novel Guide Download

Impi Yabomdabu Isethunjini Novel Guide IsiZulu Grade 12: Ukuhlolisisa-(Evaluation)-izinga lesi-4 Imibuzo ehlolisisayo imayelana nezinqumo ezithinta ubugugu nokunohlonze. Lokhu kufaka izinqumo mayelana nokuqinisekisa ubukhona bento, iqiniso nombono, nokukholeka, ukukwazi ukucabanga nokuqonda, ukuphikisana kanye nezinto ezifana nokuthandeka. Ukwamukeleka kwezinqumo nezenzo nokwaziswayo emphakathini. Impi Yabomdabu Isethunjini Novel Guide Download

IsiZulu First Additional Language FAL CAPS Document – Lesson Plans for FET Phase Grade 10 – 12

IsiZulu First Additional Language CAPS Document for FET Phase Grade 10 – 12

This page contains IsiZulu First Additional Language FAL CAPS Document for FET Phase Grade 10 – 12 (Grade 10, Grade 11, and Grade 12).  The CAPS Document includes 2021, 2022, and 2023 latest Lesson Plans for Term 1, Term 2, Term 3, and Term 4. This is the most important information for Teachers and Learners, … Read more